2 Kings 9:14 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
UJehu, indodana kaJehoshafati, kaNimishi, wamenzela ugobe uJoramu – uJoramu wayelinda eRamoti Gileyadi, yena naye wonke u-Israyeli ngenxa kaHazayeli, inkosi yase-Aramu;
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
UJehu, indodana kaJehofathathi, wamakhela uzungu uJoramu. UJoramu wayesalokhu elinde eRamothi Gileyadi kanye nawo wonke u-Israyeli, ngenxa kaHazayeli, inkosi yase-Aramu.