2 Kings 9:16 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
UJehu wayesekhwela inqola, waya eJizreyeli, ngokuba uJoramu wayelele lapho. U-Ahaziya, inkosi yakwaJuda, wayehlele ukumbona uJoramu.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
UJehu wagibela enqoleni, walibangisa eJizreyeli, ngoba uJoramu wayelele lapho. U-Ahaziya, inkosi yakwaJuda, wayehlele khona ukuyobona uJoramu.