2 Kings 9:20 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Umlindi wabika wathi: “Sifikile kubo, kepha asibuyi; ukuqhuba kufana nokuqhuba kukaJehu indodana kaNimishi; ngokuba uqhuba kungathi uyahlanya.”
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Umlindi wabika, wathi: “Sesifikile naleso kubo, kepha naso asibuyile. Ukushayela kwaso kufana nokushayela kukaJehu oqhuba sengathi luhlanya.”