2 Kings 9:24 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
UJehu wayesensala umnsalo ngamandla akhe onke, wamcibishela uJoramu phakathi kwamahlombe akhe, umcibisholo waphuma ngasenhliziyweni yakhe, wawela phansi enqoleni yakhe.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
UJehu wayesensala umnsalo, waciba uJehoramu, umcibisholo wangena phakathi kwamahlombe akhe, waze wayophumela enhliziyweni yakhe, wawela phansi enqoleni yakhe.