2 Samuel 11:20 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
kuyakuthi uma kuvuka intukuthelo yenkosi, ithi kuwe: ‘Nisondeleleni kangako emzini ukulwa na? Beningazi yini ukuthi bebeyakucibishela besogangeni na?
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
kuyothi lapho kuvuka ulaka, ithi kuwe: ‘Nisondeleleni kangako emzini ngesikhathi niwuhlasela na? Beningazi yini ukuthi bazoniciba besongangeni?