2 Samuel 13:34 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kepha u-Abisalomu wabaleka. Insizwa elindayo yaphakamisa amehlo ayo, yabuka; bheka, kwaqhamuka abantu abaningi ngasendleleni yentaba emva kwayo.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
U-Absalomu wabaleka. Insizwa eyayiqaphile yaphakamisa amehlo ayo, yabona iqulu labantu liza ngendlela ehamba emva kwentaba.