2 Samuel 14:29 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
U-Abisalomu wayesethumela kuJowabe ukuba amthume enkosini, kepha akavumanga ukuza kuye; waphinda wathumela ngokwesibili, kepha akavumanga ukuza.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
U-Absalomu wathumela kuJowabe ukuze amthume enkosini, kodwa uJowabe akavumanga ukuza kuye; waphinda wathumela okwesibili, kepha akavumanga ukuza.