2 Samuel 17:29 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
nezinyosi, namangqanga, nezimvu, noshizi* wezinkomo kuDavide nabantu ababe naye ukuba badle, ngokuba bathi: “Abantu balambile, bakhathele, bomile ehlane.”
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
uju, izaqheqhe, izimvu, noshizi, bakuletha kuDavide nakubantu ababenaye ukuze badle, ngokuba bathi: “Abantu balambile, bakhathele, futhi bomile ehlane.”