2 Samuel 18:20 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
UJowabe wathi kuye: “Awuyikuba ngumbiki wendaba namuhla, kepha uyakubika ngolunye usuku; namuhla awuyikubika lutho, ngokuba indodana yenkosi ifile.”
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
UJowabe wathi kuye: “Akuzukuba nguwe obika udaba namuhla, kepha uyakubika izindaba ngolunye usuku; namuhla awuzukubika lutho, ngokuba indodana yenkosi ifile.”