2 Samuel 19:42 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Bonke abantu bakwaJuda baphendula abantu bakwa-Israyeli, bathi: “Ngokuba inkosi iyisihlobo sethu impela; kungani ukuba nithukuthele ngale nto na? Sike sadla ntoni engeyenkosi na? Isixoshisile ngamaxosho na?”
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Wonke amadoda akwaJuda abaphendula abantu bakwa-Israyeli, athi: “Ngokuba inkosi iyisihlobo sethu segazi kungani ukuba nithukuthele ngale nto na? Sidleni engeyenkosi? Kukhona yini esixoshise ngakho?”