2 Samuel 20:13 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Esesusiwe emendweni, abantu bonke badlula bamlandela uJowabe ukuba bamxoshe uSheba indodana kaBikri.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Esesusiwe u-Amasa endleleni, abantu bonke basuka balandela uJowabe, baxosha uSheba, indodana kaBhikhiri.