2 Samuel 23:11 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Emva kwakhe kwakunguShama indodana ka-Age umHarari. AmaFilisti ayebuthene eLehi, lapho kwakukhona isiqephu sezwe esigcwele imbumba; abantu babaleka ebusweni bamaFilisti.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Wayelandelwa nguShema, indodana ka-Age, umHarori. AmaFilisti ayebuthene eLehi, kukhona isiqinti sezwe lapho, sigcwele imbumba. AmaFilisti abaxosha abantu, babaleka phambi kwawo,