2 Samuel 4:1 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Lapho isizwile indodana kaSawule ukuthi u-Abineri ufile eHebroni, izandla zayo zaba buthakathaka, nabo bonke abakwa-Israyeli bakhathazeka.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Indodana kaSawule isizwile ukuthi u-Abhineri ufile eHebhroni, yadangala kakhulu, no-Israyeli wonkana wakhathazeka.