2 Timothy 2:7 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Qonda engikushoyo; ngokuba iNkosi iyakukunika ukuqonda ngezinto zonke.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kucabangisise lokhu engikushoyo, ngokuba iNkosi iyakukunika ukuba uziqonde zonke lezi zinto.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Nakana engikushoyo; iNkosi ikunike ukuqedisisa ezintweni zonke.