3 John 1:3 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngokuba ngathokoza lapha kufika abazalwane befakazela iqiniso lakho, njengokuba uhamba eqinisweni.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ngathokoza kakhulu ngesikhathi kufika abazalwane, befakaza ngokwethembeka kwakho eqinisweni, njengalokhu uhamba kulo.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Ngokuba ngathokoza kakhulu, lapho abazalwane befika, befakaza ngeqiniso elikini, njengokuba uhamba eqinisweni.