Acts 10:18 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
amemeza ebuza ukuthi uSimoni othiwa uPetru ungenisile yini lapho.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Amemeza, ebuza ukuthi ngabe uSimoni okuthiwa nguPhethro ungenisile yini lapho.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Amemeza, abuza ukuthi uSimoni othiwa uPetru ungenisile yini khona.