Acts 15:33 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Sebehlale khona isikhathi, bamukiswa ngabazalwane ngokuthula, babuyela kubo ababathumileyo.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Sebehlale lapho isikhathi, bavaleliswa ngokuthula ngabazalwane, base bebuyela kulabo ababebathumile.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Sebehlale khona isikhathi, bakhululwa abazalwane ngokuthula, baya kubaphostoli.