Acts 20:15 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
sesimukile lapho ngomkhumbi, ngangomuso safika maqondana neKiyu; ngangomhlomunye sasondela eSamu; ngolulandelayo safika eMilethu.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Sasuka lapho ngomkhumbi, ngakusasa safika maqondana neKhiyu, kwathi ngomhlomunye sanqamula saya eSamu; ngosuku olulandelayo safika eMilethu.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Sasuka lapho ngomkhumbi, ngangomuso safika malungana neKiyo; ngangomuso safika eSamo, sahlala eTrogilo; ngangomuso safika eMilethu.