Acts 21:12 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Sesikuzwile lokho samncenga thina kanye nabakuleyo ndawo ukuba angakhuphukeli eJerusalema.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Lapho sikuzwa lokhu, samncenga thina kanye nabantu bakuleya ndawo ukuba angakhuphukeli eJerusalema.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Kwathi sesikuzwile lokho, samncenga thina kanye labakuleyondawo ukuthi angenyukeli eJerusalema.