Acts 21:34 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kepha abanye esixukwini bamemeza okunye, abanye okunye; yathi ukuba ingenakulazi iqiniso ngenxa yomsindo, yayala ukuba ayiswe ekamu.*
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Abanye esixukwini babememeza besho lokhu, nabanye besho lokhuya, ayangakwazi ukuthola iqiniso ngenxa yomsindo, yase iyala ukuba ayiswe enkanjini.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Abanye phakathi kwesixuku bamemeza okunye, abanye okunye, kepha engakwazi ukuqiniseka ngenxa yesiyaluyalu, wayala ukuba ayiswe ekamu.