Acts 22:2 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kwathi bemuzwa ekhuluma kubo ngolimi lwesiHeberu, bathula bathi du. Wayesethi:
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Sebezwa ukuthi ukhuluma nabo ngolimi lwesiHebheru, bathula bathi du. Wayesethi:
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
(Sebezwile ukuthi ukhuluma kubo ngolimi lwesiHeberu, bathula kakhulu; wathi:)