Acts 23:22 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Khona induna yenkulungwane yayisiyimukisa insizwa, isiyiyalile ukuba ingatsheli muntu ukuthi imbikele lokho.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ngakho-ke induna yenkulungwane yayimukisa insizwa, yayiyala ukuba ingatsheli muntu lokho ebizombikela khona.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Khona induna yenkulungwane yayisiyiyeke insizwa, yayiyala ngokuthi: “Bheka, ungatsheli muntu ukuthi ungibikele lokho.