Acts 24:2 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Yena esebiziwe, uTertulu waqala ukumbeka icala, ethi: “Lokho ukuthi ngenxa yakho sitholile ukuthula okukhulu nangokubonelela kwakho lesi sizwe senzelwe okuhle okuningi
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Esebiziwe uPawula, uTherthulu waqala ukumbeka icala, ethi kuFelikisi: “Ngenxa yakho, selokhu waqala ukubusa, sesibe nokuthula isikhathi eside, futhi sekube nezinguquko ezinhle ozenzele lesi sizwe, ngenxa yobuhlakani bakho.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Kuthe esebiziwe, uTertulu waqala ukummangalela, ethi: “Njengoba sijabulela ukuthula okukhulu ngawe, nokuthi lesi sizwe senzelwa imisebenzi emihle kakhulu ngokuqondisa kwakho;