Acts 24:4 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kepha ukuba ngingakubambezeli, ngiyakuncenga ukuba ngobumnene bakho usizwe ngokufushane.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kepha angithandi ukukuchithela isikhathi, ngiyacela ukuba ngobumnene bakho usiphe indlebe nje okwethutshana.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Nokho ukuze ngingakukhathaleli kakhulu, ngiyakuncenga ukuba usizwe kafushane ngobubele bakho.