Acts 25:20 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kuthe mina ngisakhohliwe ukuthi leyo ndaba ngizakuyihlola kanjani, ngathi angathanda yini ukuya eJerusalema ukuba ahlulelwe khona ngalezo zinto.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kepha mina njengoba ngingaziqondi lezi zinto, ngabuza ukuthi uyafuna yini ukuya eJerusalema ayobhekana namacala abekwe wona lapho.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Kwathi mina ngingabaza ngalemibuzo, ngambuza ukuthi angathanda yini ukuya eJerusalema, ahlulelwe khona ngalezizinto.