Acts 25:24 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
UFestu wathi: “Nkosi, Agripha, nani nonke nina madoda enikhona lapha kanye nathi, niyambona lona oluze ngaye kimi lonke uquqaba lwabaJuda eJerusalema nalapha, lumemeza luthi akafanele ukuba abe esaphila.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
UFestu wathi: “Nkosi, Agripha, nani nonke madoda enilapha kanye nathi, niyambona lo uquqaba lwabaJuda olwangincenga ngaye eJerusalema nalapha, lumemeza luthi akafanele ukuphila,
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
UFestu wathi: “Nkosi Agripha, nani nonke madoda enikhona lapha kanye nathi, niyayibona le ndoda lonke uquqaba lwabaJuda eyenze kimina ngaye, eJerusalema nalapha, imemeza ngokuthi akufanele aphile. futhi.