Acts 25:27 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngokuba mina ngokwami ngithi akuqondile, uma kuthunyelwa isiboshwa, kungakhonjwa amacala aso.”
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ngokuba akunamqondo ngokwami ukuba ngithumele isiboshwa, kungakabikwa ukuthi ayini amacala aso.”
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Ngokuba ngibona kungenangqondo ukuthumela isiboshwa, kungavezwa namacala aso.