Acts 25:4 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kepha uFestu waphendula ngokuthi uPawulu ugcinwe eKesariya nokuthi naye usezakuya khona masinyane;
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kepha uFestu wabaphendula ngokuthi uPawula njengoba egcinwe eKhesariya nje, naye usazobuyela khona lapho ngokushesha.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Kodwa uFestusi waphendula wathi uPawuli ugcinwe eKesariya, lokuthi laye ngokwakhe usezasuka aye khona masinyane.