Acts 5:37 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Emva kwalowo kwasuka uJuda waseGalile ezinsukwini zokubhalwa; wahlubukisa abantu ukuba bamlandele; nalowo wabhubha, nabo bonke abamlalelayo bahlakazeka.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Emva kwalowo, kwavela uJuda waseGalile ezinsukwini zokubalwa kwabantu; wadukisa abantu ukuba bamlandele; naye wabulawa, kwathi bonke abamlalelayo bahlakazeka.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Emva kwalowo kwasuka uJuda waseGalile ngezinsuku zokubhaliswa, wadonsa abantu abaningi ukuba bamlandele; nabo bonke abamlalelayo bahlakazeka.