Acts 5:38 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Manje-ke ngithi kini: Dedani kulaba bantu, nibayeke, ngokuba uma leli su nalo msebenzi kuvela kubantu, kuyakuchitheka;
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Manje ngithi kini: hlukanani nalaba bantu, bayekeni phansi, ngokuba uma lokhu kungumsebenzi ovela kubantu, kuyakushabalala,
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Manje ngithi kini: Dedani kulaba bantu, nibayeke, ngokuba uma leli cebo nalo msebenzi ungowabantu, uyachitheka;