Daniel 2:29 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
“Wena-ke, nkosi, imicabango yakho yokuyakuba khona emva kwalokhu yafika kuwe usembhedeni wakho; owambula izimfihlakalo ukwazisile okuyakuba khona.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
“Wena-ke, nkosi, imicabango yakho nokuyakuba khona emva kwalokhu, yafika kuwe usembhedeni wakho; owambula izimfihlakalo ukwazisile okuyakuba khona.