Daniel 4:10 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Yayinje imibono yekhanda lami ngisembhedeni wami: ngabona, bheka, nanko umuthi phakathi nomhlaba, nokuphakama kwawo kwakukukhulu.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Yayinje imibono emqondweni wami, engayibona ngisembhedeni wami: ngabona; bheka, kwakumi isihlahla phakathi nomhlaba, siphakeme kakhulu impela.