Deuteronomy 20:6 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngumuphi umuntu otshalile isivini engadlanga izithelo zaso na? Makahambe, abuyele endlini yakhe, funa afele empini, omunye umuntu asidle.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Iyiphi indoda etshale isivini engakazidli izithelo zaso, na? Mayihambe, ibuyele endlini yayo, funa ifele empini, bese enye indoda isidla.