Deuteronomy 20:9 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kuyakuthi lapho izinduna seziqedile ukukhuluma, zikhethe izinduna zamabandla eziyakubahola abantu.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kuyothi lapho izikhulu seziqedile ukukhuluma kubantu, bese zikhetha izinduna ezizohola amabutho.