Deuteronomy 21:4 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
amalunga alowo muzi asehlisele leso sithokazi esigodini esinamanzi ampompozayo, esingalinywanga, singatshalwanga, ayaphule intamo yesithokazi lapho esigodini;
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Amalunga alowo muzi ayokwehlisela isithole esigodini esinomfudlana ogelezayo, esingakaze silinywe noma kutshalwe kuso, bese ephula intamo yesithole khona lapho esigodini.