Deuteronomy 22:3 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Uyakwenza kanjalo nangembongolo yakhe, wenze njalo nangezingubo zakhe, wenze njalo ngazo zonke izinto ezilahlekileyo zomfowenu alahlekelwa yizo, wazithola, uze ungacashi.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Uyokwenza kanjalo ngembongolo yakhe, ngezingubo zakhe, nangazo zonke izinto zomfowenu ezimlahlekele, wena wazithola, awunakukubalekela lokho.