Deuteronomy 25:3 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Angamshaya imivimbo engamashumi amane, angadluli, funa uma ebeyakudlula, amshaye imivimbo eminingi phezu kwaleyo, kuze kuthi umfowenu ahlazwe emehlweni akho.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Angamshaya imivimbo engama-40, angedluli lapho, funa imivimbo ashaywe yona ibe miningi kakhulu, bese umfowenu uyahlazeka emehlweni akho.