Ephesians 6:21 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kepha ukuba nani nazi okuqondene nami nalokhu engikwenzayo, uyakunazisa konke uThikhiku, umzalwane othandekayo nesikhonzi esikholekileyo eNkosini,
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kepha ukuze nani nazi ukuthi nginjani futhi ngenzani, uThikhiku, umzalwane othandekayo nesikhonzi esikholekileyo eNkosini, uyakunazisa konke.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Kodwa ukuze lani lazi okuqondene lami, lokuthi ngenza njani, uThikhiku, umzalwane othandekayo lesikhonzi esithembekileyo eNkosini, uzanazisa konke;