Esther 1:16 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
UMemukhani wathi phambi kwenkosi nezikhulu: “UVashiti, inkosikazi, akonanga enkosini kuphela, kepha nakuzo zonke izikhulu nakubantu bonke abasezifundeni zenkosi u-Ahashiveroshi.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
UMemukhani wayesethi phambi kwenkosi nezikhulu: “UVashiti akadelelanga nje inkosi kuphela, kodwa wedelele zonke izikhulu nabantu bonke abasezifundazweni zenkosi u-Ahasheveroshi.