Esther 1:17 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngokuba le ndaba yenkosikazi iyakuphumela kubo bonke abesifazane ukuba amadoda abo adeleleke emehlweni abo, lapho kuthiwa inkosi u-Ahashiveroshi yamyala uVashiti, inkosikazi, ukuba alethwe phambi kwayo, kepha akafikanga.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Uma abesifazane bakuzo zonke izizwe bezwa ukuthi uVashiti uziphathe kanje, kuzobenza ukuthi bonke abesifazane bangabe besabahlonipha abayeni babo, ngoba inkosi imbizile, yena wenqaba ukuza kuyo.