Esther 5:9 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
UHamani waphuma khona ngalolo suku, ethokoza enenhliziyo enhle; kepha lapho uHamani embona uMoridekayi esangweni lenkosi ukuthi akasukumanga, kanyakazanga ngaye, uHamani wagcwala ulaka ngoMoridekayi.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
UHamani waphuma esigodlweni ejabule, umoya wakhe uthe cosololo ngalolo lusuku, kodwa kuthe lapho ebona uMoridekhayi esangweni lesigodlo, engamsukumeli noma athuthumele lapho embona, wagcwala intukuthelo, ethukuthelela uMoridekhayi,