Exodus 12:30 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
UFaro wavuka ebusuku, yena nezinceku zakhe zonke, nabo bonke abaseGibithe; kwaba khona ukukhala okukhulu eGibithe, ngokuba kwakungekhondlu, lapho kungafanga muntu khona.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
UFaro wavuka ebusuku nezinceku zakhe nabo bonke abaseGibhithe, ngokuba kwakunesililo esikhulu eGibhithe kungekho muzi okwakungafanga muntu kuwo.