Exodus 16:20 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kodwa abamlalelanga uMose; abanye kubo bashiya okunye kwaze kwasa, kwazala izimpethu, kwanuka, uMose waze wabathukuthelela.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Abantu nokho abamlalelanga uMose, abanye bashiya ingxenye kwaze kwaba sekuseni, yabola yaphethuka izimpethu, yanuka. UMose wabathukuthelela.