Exodus 21:28 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
“Uma inkabi iqhubukusha owesilisa noma owesifazane baze bafe, inkabi yokhandwa ngamatshe impela, inyama yayo ingadliwa; kepha umnininkabi uyakuyekelwa.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
“Uma inkabi igwaze owesilisa noma owesifazane yambulala, leyo nkabi iyakukhandwa ngamatshe, ife; inyama yayo ayiyukudliwa, umniniyo akayukuba nacala.