Exodus 22:10 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
“Uma umuntu enikeza kumakhelwane wakhe imbongolo, noma inkabi, noma imvu, noma kungaba yisilwane sini, ukuba akulondoloze, bese kufa, noma kulimala, noma kuphangwa, kungabonwa muntu,
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
“Uma umuntu enika umakhelwane wakhe imbongolo, noma inkabi, noma imvu, noma silwane sini, bese isilwane siyafa noma silimale noma sithunjwe singabonwa muntu,