Exodus 22:14 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
“Uma umuntu etsheleka impahla yomunye, bese yilimala noma ifa, umniniyo engekho, nayo uyakuyikhokha nokuyikhokha.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
“Uma umuntu eboleka isilwane komunye umuntu bese leso silwane siyalimala noma sife umniniso engekho, uyakukhokhelwa ngokugcwele.