Exodus 22:5 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
“Uma umuntu eklabisa ensimini noma esivinini, aziyeke nje izinkomo zakhe zize zidle ensimini yomunye, uyakukhokha nokukhokha ngokuhle kwensimu yakhe nangokuhle kwesivini sakhe.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
“Uma umuntu eklabisa ensimini noma esivinini, ayekele izinkomo zakhe zidle ensimini yomunye, kufanele akhokhe lokho okudliweyo; akhiphe okwekhethelo esivinini noma ensimini yakhe kube yinkokhelo.