Exodus 25:35 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
kube yisumpa phansi kwamagatsha amabili, libe kunye nalo, nesumpa phansi kwamanye amagatsha amabili, libe kunye nalo, nesumpa phansi kwamanye amagatsha amabili futhi, libe kunye nalo, kube phansi kwamagatsha ayisithupha aphuma othini lwezibani.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kuyokuba khona umqumbe phansi kwamagatsha amabili, umqumbe phansi kombanqwana bamagatsha esibili, nomqumbe phansi kombanqwana bokugcina bamagatsha, kuyoba njalo kuwo oyisithupha amagatsha enabele ngaphandle othini lwezibani.