Exodus 28:27 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Wenze amasongo amabili, uwafake ezizibeni zombili zengubo yamahlombe phansi ngaphambili, eduze nokuhlangana kwayo, phezu kwebhande* elifeketshisiweyo lengubo yamahlombe.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Uyokwenza amasongo amabili egolide, uwafake phambili emachosheni omabili omphetho wengubo yamahlombe kuthi okuhlanganisiwe kube phezu kwebhande elihlotshisiweyo.