Exodus 34:32 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngasemuva bonke abantwana bakwa-Israyeli basondela, wabayala ngakho konke uJehova akukhulume kuye entabeni yaseSinayi.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Sekwedlule lokho, bonke abantu bakwa-Israyeli basondela, wayesebayala ngakho konke uSimakade ayekukhulume kuye entabeni iSinayi.